资讯

Njengoba isingena kweyandulela eyamanqamu imidlalo yeFifa Club World Cup e-USA, nezinga le midlalo selizoqala.
Silokhu sikhule njalo isibalo sabadlali abaphelewa wumsebenzi emaqenjini ahlukene ePremier Soccer League (PSL).
UMCULI wowokholo ophinde abe wumfundisi uThinah Zungu uthi uhlelo lwakuMzansi Magic obelukhombisa ngempilo neyomndeni wakhe iThinah SingoZungu lumfake kokukhulu ukukhuluma ngenxa yokubonakala ...
UMPHATHISWA emnyangweni wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal uMfundisi Thulasizwe Buthelezi wamukele isimemezelo sikangqongqoshe kaCogta kuzwelonke uMnuz Velenkosini Hlabisa, ...
YIZE enonyaka esemculweni  kodwa uNtethelelo "Gandaganda" Sikhakhane useqophe umlando ngokuba wumculi wokuqala wesifazane ...
UKUKHOLELWA ekutheni abanye abantu abaningi abakuqondi ukuthi umcimbi waminyaka yonke womjaho wamahhashi nezemfashini ...
INHLANGANO elwisana nabokufika abakuleli ngokungemthetho, iMarch and March izomashela emahhovisi enhlangano yamalungelo ...
ABAPHATHI bamaqembu adlala kwiSafa KwaZulu-Natal Sasol League sebezwakalise ukushaqeka nokukhathazeka ngokuvela kwezindaba ...
UKUKHULA kwe- Isolezwe Soccer Cup ezinhliziyweni zabathandi bakanobhutshuzwayo emazingeni aphansi kuphinde kwahlala obala ...
IBANYANA Banyana iwuqale ngonyawo oluhle umkhankaso wokuvikela indebe yeCaf Women's Africa Cup of Nations (Wafcon) ngokwehlula iGhana ngo 2-0 emdlalweni kaGroup C eHonneur Stadium eMorocco ...
UMSAKAZI wohlelo lwasekuseni kwiGagasi FM, uFelix Hlophe, uthembisa lukhulu ochungechungeni lwemicimbi yakhe yamahlaya, iLive and Unfiltered Tour, oluqala eGateway Hotel, eThekwini ngoLwesihlanu ngo-7 ...
ISIPHEKEPHEKE seBafana Bafana, u-Oswin Appolis, obese kunesikhathi sishelwa amaqembu athathwa njengamakhulu eNingizimu Afrika sishwebise iKaizer Chiefs neMamelodi Sundowns siqoma kwi-Orlando Pirates.